Isikena Sokuhlola Ubungozi Bama-Scam Kuwebhusayithi
website vulnerability scanner

Izinhlobo zama-scam

Ukuntshontshwa Kwenombolo Yeselula/ i-Sim Swop

Iqola, elizenza wena, lishayela umhlinzeki ngensizakalo kamakhalekhukhwini wakho licele iSIM khadi entsha noma ukudlulisa inombolo yakho - okubizwa nangokuthi “uku-portha” - kumhlinzeki ngensizakalo omusha. Iqola libe selikwazi ukufinyelela noma iyiphi i-OTP (iphasiwedi yesikhathi esisodwa) noma izicelo zokuqinisekisa izinto ezihamba ka-2 ezithunyelwa enombolweni yakho. Lokhu kuzovumela iqola ukuthi lishintshe amaphasiwedi akho futhi lilawule ama-akhawunti akho namaphrofayela enkundla yezokuxhumana.

Bika i-Scam

Izinhlobo zama-scam

Amacebiso Nokwesekwa

Ozakwethu

Bhalisa. Thola ukuhlola okugcwele kokuphepha kwewebhusayithi ihlolelwa ubungozi obaziwayo.